Isizulu Sethu Ibanga 1 Incwadi Yokusebenzela
By M M MTHEMBU, T C MPANZA , J C ZONDO, A T KHESWA · ISBN 9780796052766
Prices include 15% VAT. Have a voucher? Apply it at checkout.
Orders over R400 qualify for free shipping in South Africa.
Added to your cart.
View cartUhlelo lwezincwadi lsiZulu Sethu lbanga 1: Lolu hlelo luyizingxenye ezintathu. lncwadi Yomfundi Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba izifundo eziningi ezikuyona zihambelana nezikwezinye izingxenye zalolu hlelo. Kulapho kuthuthukiswa khona amakhono abafundi, kungaba elokulalela nokukhuluma, elokufunda nokubukela kanye nelokubhala. 2. lncwadi yokusebenzela Lena -ke iyizigatshana ezihlelelwe ukuthi emva kokufunda umfundi abhale. lthuthukisa ikhono lokubhala nokuloba. 3. lncwadi kaThisha lngumongo walolu hlelo. lbonisa uthisha ngendlela okuzokwethulwa ngayo isifundo nokubhekana ngqo naso kanye nokwelekelela lapho kudingeka khona usizo, ekuthuthukiseni amakhono ahlukahlukene abafundi. Le ncwadi yenziwe yahamba nomgodla wayo okungamathuluzi okwelekelela uthisha ngezinsiza kufundisa. Lolu hlelo luhlelwe lwahambisana ncimishi nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola. Kuhlelwe izigaba eziyi-12 kwaba ngumsebenzi owanele unyaka wonke.
- Grade
- Grade 1
- Language
- IsiZulu
- Format
- Paperback · E-book
- Subject
- Language
- Grade
- Grade 1
- Language
- IsiZulu
- Print ISBN
- 9780796052766
- Stock
- 719 units
- E-book ISBN
- 9780796051899
- E-book size
- 5.17 MB
About e-books
- E-books are read in the eduReader app, available on all major platforms.
- E-books cannot be printed.
- Buying several e-book licences gives you vouchers that other accounts can redeem.
There are no teacher resources for this title yet. Need something for your classroom? Contact us.
Also in this series
ISIZULU SETHU GRADE 11 TEACHER'S GUIDE
From R 114.29
ISIZULU SETHU (PHONIC PROGRAMME) GRADE 1 READER LEVEL 3
From R 51.42
ISIZULU SETHU (PHONIC PROGRAMME) GRADE 1 READER LEVEL 1
From R 51.42
IsiZulu Sethu Ibanga 12 Incwadi Kathisha
From R 125.01
ISIZULU SETHU (PHONIC PROGRAMME) GRADE 3 READER LEVEL 4
From R 51.42