Shuters Top Class Ukwazi Izidingo Zempilo Ibanga 3 Incwadi Yokusebenzela
By Sue Boucher, Jane Brown, Jenny Mostert, Stella Hortop, Sally Kelly, Hilary Mclernan, Ragani Moodley, Sibongiseni Mcaba · ISBN 9780796045188
Prices include 15% VAT. Have a voucher? Apply it at checkout.
Orders over R400 qualify for free shipping in South Africa.
Added to your cart.
View cartlzibaloze-Top Class zakhelwe phezu kweSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. lzibalo zeTop Class emaBangeni aPhansi (Foundation Phase) zithuthukisa imicabango nezithombe zezibalo, amakhono nolwazi ngokukhuthaza ukuxazululwa kwezinkinga, ukucubungula nokucabangisisa okuhlose ukwakha. Uchungechunge lwalezi zincwadi zezibalo lwelekelela umfundi ukuba axhumanise izibalo kanye nalokho ahlangabezana nakho nsuku zonke. lmisebenzi umfundi ayenza eyedwa kanye naleyo ayenza ebambisene nabanye, yelekelela umfundi ukuba akhule aze afinyelele Ezinhlosweni zakhe ezibanzi kanye nalezo Eziqondwe Ngqo yizibalo njengoba ziqulethwe emqulwini weSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. Okunye futhi ngukuthi izindawo lapho kubhekwe khona kakhulu ngumongo, yimithombo emihle eveza amathuba ehlukene okwenza izibalo kanye nezibalo zekhanda. lzinto ezakha ibanga ngalinye. lncwadi KaThisha: • Umsebenzi oxhumene kahle womntwana nokaThisha. • lziqondiso ezicacile zezinhlelo zokufundisa. • Amanothi esengezo kanye nezinye izinto eziphathekayo zokwelekelela. lmisebenzi enengcebo neyenabile, • Ulwazi magama oludingekayo lukhonjisiwe. lncwadi yomfundi: • lmisebenzi esezingeni lomfundi nethokozisayo imnika umdlandla umfundi wokuba abe yingxenye yalokho okwenziwayo. • lmisebenzi eminingi nemihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. • lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. • lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. • Ulimi lusezingeni elihle. • Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. • Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemldwebo ekhangayo. lncwadi yokusebenzela: • lmisebenzi emihle nesezingeni lomfundi iyakhuthaza inike nomdlandla. • lmisebenzi eminingi emihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. • lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. • lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. • Ulimi lusezingeni elihle. • Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. • Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo.
- Grade
- Grade 3
- Language
- IsiZulu
- Format
- Paperback · E-book
- Subject
- Life Skills
- Grade
- Grade 3
- Language
- IsiZulu
- Print ISBN
- 9780796045188
- Stock
- 1018 units
- E-book ISBN
- 9780796053459
- E-book size
- 3.03 MB
About e-books
- E-books are read in the eduReader app, available on all major platforms.
- E-books cannot be printed.
- Buying several e-book licences gives you vouchers that other accounts can redeem.
There are no teacher resources for this title yet. Need something for your classroom? Contact us.
Also in this series
Shuters Top Class Ukwazi izidingo Zempilo ibanga 1 Incwadi Yokusebenzela
From R 36.08
Shuters Top Class Ukwazi izidingo Zempilo Ibanga 1 Incwadi Kathisa
From R 84.28
Shuters Top Class Ukwazi Izidingo Zempilo Ibanga 1 Incwadi Yomfundi
From R 60.21
Shuters Top Class Ukwazi Izidingo Zempilo Ibanga 3 Incwadi Kathisha
From R 84.28
Shuters Top Class Ukwazi Izidingo Zempilo Ibanga 3 Incwadi Yomfundi
From R 60.21