Shuters Top Class izibalo ibanga 1 Incwadi Yokusebenzela
By Tarryn Botha, Lyn Breytenbach, Annalie Cable, Tracey Ho, Martha Stewart, Jacqueline van den Heuvel, Magda van der Merwe · ISBN 9780796047014
Prices include 15% VAT. Have a voucher? Apply it at checkout.
Orders over R400 qualify for free shipping in South Africa.
Added to your cart.
View cartlzibalo ze-Top Classzakhelwe phezu kweSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. lzibalo zeTop Class emaBangeni aPhansi (Foundation Phase) zithuthukisa imicabango nezithombe zezibalo, amakhono nolwazi ngokukhuthaza ukuxazululwa kwezinkinga, ukucubungula nokucabangisisa okuhlose ukwakha. Uchungechunge lwalezi zincwadi zezibalo lwelekelela umfundi ukuba axhumanise izibalo kanye nalokho ahlangabezana nakho nsuku zonke. lmisebenzi umfundi ayenza eyedwa kanye naleyo ayenza ebambisene nabanye, yelekelela umfundi ukuba akhule aze afinyelele Ezinhlosweni zakhe ezibanzi kanye nalezo Eziqondwe Ngqo yizibalo njengoba ziqukethwe emqulwini weSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. Okunye futhi ngukuthi izindawo lapho kubhekwe khona kakhulu ngumongo, yimithombo emihle eveza amathuba ehlukene okwenza izibalo kanye nezibalo zekhanda. lzinto ezakha ibanga nga/inye. lncwadi KaThisha: Umsebenzi oxhumene kahle womntwana nokaThisha. lziqondiso ezicacile zezinhlelo zokufundisa. Amanothi esengezo kanye nezinye izinto eziphathekayo zokwelekelela. lmisebenzi enengcebo neyenabile. Ulwazi magama oludingekayo lukhonjisiwe. lncwadi Yomfundi: lmisebenzi esezingeni lomfundi nethokozisayo imnika umdlandla umfundi wokuba abe yingxenye yalokho okwenziwayo. lmisebenzi eminingi nemihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. Ulimi lusezingeni elihle. Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo. Incwadi Yokusebenzela: lmisebenzi emihle nesezingeni lomfundi iyakhuthaza inike nomdlandla. lmisebenzi eminingi emihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. Ulimi lusezingeni elihle. Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo.
- Grade
- Grade 1
- Language
- IsiZulu
- Format
- Paperback · E-book
- Subject
- Mathematics
- Grade
- Grade 1
- Language
- IsiZulu
- Print ISBN
- 9780796047014
- Stock
- 1377 units
- E-book ISBN
- 9780796052612
- E-book size
- 2.71 MB
About e-books
- E-books are read in the eduReader app, available on all major platforms.
- E-books cannot be printed.
- Buying several e-book licences gives you vouchers that other accounts can redeem.
There are no teacher resources for this title yet. Need something for your classroom? Contact us.
Also in this series
Shuters Top Class Izibalo Ibanga 1 Incwadi Kathisha
From R 84.28
Shuters Top Class Izibalo Ibanga 1 incwadi Yomfundi
From R 60.21
Shuters Top Class Izibalo Ibanga 2 Incwadi Yokusebenzela
From R 36.08
Shuters Top Class Izibalo Ibanga 3 Incwadi Yokusebenzela
From R 36.08
Shuters Top Class Izibalo Ibanga 3 Incwadi Katisha
From R 84.28