| Author | : I. S. F. Kubeka |
| Hardcopy ISBN | : 9781868510047 |
| Stock | : 843 units |
Le noveli ixoxa ngoMphakamiseni ozalwa nguSikhwama Mkhize waseMatiwane okhula ehlala ezihlotsheni ngoba abazali bakhe bembalekisela ubugqila basepulazini. Babefuna afunde agogode. Nebala wafunda waze waba udokotela. Kulapho-ke eseqala ukubabukela phansi abazali bakhe esebaphika nokubaphika.