IsiZulu Sethu Ibanga 12 Incwadi Kathisha Cover

IsiZulu Sethu Ibanga 12 Incwadi Kathisha



Author : N. Mbambo, M. Mdladla, Z.Hadebe, N.Thobela
Hardcopy ISBN : 9781920605698
Stock : 297 units
Ebook ISBN : 9780796046093

lsiZulu Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 10, 11, 12. Zimbili izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi ( Learner Book) nencwadi kaThisha. Zombili lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi kuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi. Ngaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu. Kuningi othisha nabo abazokuzuza kweyabo. Bafakelwe konke okufanele bakwazi ngenqubo mgomo yesiTatimende sikaZwelonke yokuFunda nokuHlola (CAPS). Ukuhlola kufakiwe, nesibonelo sokurekhoda nokubika ngentuthuko yomfundi. Kukhona ngisho nohlelo lomsebenzi wonyaka wonke (Work Schedule) nesibonelo sokulungiselela isifundo (Lesson Plan). Uthisha lapha angasilandela lesi sibonelo noma azenzele naye ngamanye amaphuzu uma ebona.

Purchase Options


Ebook File Size : 1.82