Umngani omncane Ibanga 6 Incwadi Yesihlanu Cover

Umngani omncane Ibanga 6 Incwadi Yesihlanu



Author : N.P. Buthelezi
Hardcopy ISBN : 9781775711377
Stock : 633 units
Ebook ISBN : 9780796050533

UMbali ngumntwana othanda abantu. Lango thile ephuma esikoleni uzithela kugogo obukeka ekhathele. Uyamsiza ngemithwalo yakhe. Uthola ukuthi gogo ndini ungumakhelwane. UMbali ugcina esezitholele umngani kanti nogogo naye ugcina esezitholele 'umngani omncane'. Ukuzwana kwala bangani kugcina ngemiphumela emihle lapho ugogo ezizuzela imali emncintiswaneni futhi ebuye exhumana nezihlobo zakhe ayekade esedukelene nazo Ukuzuza lokhu esizwa nguye umngani wakhe omncane.

Purchase Options


Ebook File Size : 1.59