Author | : C. Murdoch, E. Grove |
Hardcopy ISBN | : 9781775711278 |
Stock | : 605 units |
Ebook ISBN | : 9780796050434 |
UJana wayehlala ediniwe ngaso sonke isikhathi. Lwalungafakwa impela. Wayengafune sihlalanyathi esihlala kuye sidle amakhizane. Usehlule ngisho uyise imbala ezama ukumuchazela ubuhle bokuvumela izihlalanyathi zidle amakhizane esikhunjeni sakhe. Ngokuqhubeka kwesikhathi izinto azimhambeli kahle uJana kwazise phela uphikisana nempilo. Funda uthole ukuthi zinkinga zini lezi uJana abhekana nazo uthole nokuthi impi yakhe nezihlalanyathi iphelela kuphi.