IsiZulu Sethu Esicebile Ukufundwa Kwemisindo nezinhlamvu Ibanga 3 Incwadi kaThisha Cover

IsiZulu Sethu Esicebile Ukufundwa Kwemisindo nezinhlamvu Ibanga 3 Incwadi kaThisha



Author : M M. Mthembu, T C. Mpanza, A T. Kheswa, J D. Zondo
Hardcopy ISBN : 9780796042712
Stock : 426 units
Ebook ISBN : 9780796054999

Uhlu lwezincwadi lsiZulu Sethu Esicebile Ukufundwa Kwemisindo Nezinhlamvu lbanga 3, luhlelwe kanje: • Uhlelo Lwemisindo Namakhadi: lncwadi equkethe uhlelo lwemisindo yonke efundwa kuleli banga. Ukwethulwa komsindo ngamunye kuhambisana nesithombe ukugcizelela umsindo lowo owethulwayo. • Ukubhalwa Kwemisindo: Le ncwadi iqukethe imisebenzana ethuthukisa ukubhalwa kwemisindo. lthuthukisa isiko lokukwazi ukubhala kahle kubafundi. • lncwadi Kathisha ihlelelwe ukusiza uthisha ekusebenziseni kwakhe izincwadi zesiZulu Sethu Esicebile zokufundwa kwemisindo nezinhlamvu. lqukethe namasu okusiza uthisha ukugcizelela ukukwazi ukubona, ukubhala kahle nokufundwa kwemisindo nezinhlamvu.

Purchase Options


Ebook File Size : 1.11