IsiZulu Sethu Esicebile Ukufundwa Kwemisindo nezinhlamvu Ibanga 3 Ukubhalwa Kwemisindo Cover

IsiZulu Sethu Esicebile Ukufundwa Kwemisindo nezinhlamvu Ibanga 3 Ukubhalwa Kwemisindo



Author : M M. Mthembu, T C. Mpanza, A T. Kheswa, J D. Zondo
Hardcopy ISBN : 9780796042705
Stock : 600 units
Ebook ISBN : 9780796055002

Uhlu lwezincwadi lsiZulu Sethu Esicebile Ukufundwa Kwemisindo Nezinhlamvu lbanga 3, luhlelwe kanje: • 1 Uhlelo Lwemisindo Namakhadi: lncwadi equkethe uhlelo lwemisindo yonke efundwa kuleli banga. Ukwethulwa komsindo ngamunye kuhambisana nesithombe ukugcizelela umsindo lowo owethulwayo. • Ukubhalwa Kwemisindo: Le ncwadi iqukethe imisebenzana ethuthukisa ukubhalwa kwemisindo. lthuthukisa isiko lokukwazi ukubhala kahle kubafundi. • lncwadi Kathisha ihlelelwe ukusiza uthisha ekusebenziseni kwakhe izincwadi zesiZulu Sethu Esicebile zokufundwa kwemisindo nezinhlamvu. lqukethe namasu okusiza uthisha ukugcizelela ukukwazi ukubona, ukubhala kahle nokufundwa kwemisindo nezinhlamvu.

Purchase Options


Ebook File Size : 1.28