IsiZulu Sethu Ibanga 2 Incwadi Yomfundi Cover

IsiZulu Sethu Ibanga 2 Incwadi Yomfundi



Author : A. T. Kheswa, J. D. Zondo, T. C. Mpanza, M. M. Mthembu
Hardcopy ISBN : 9780796052773
Stock : 1019 units
Ebook ISBN : 9780796053905

Uhlelo lwezincwadi lsiZulu Sethu lbanga 2: Lolu hlelo luyizingxenye ezintathu. lncwadi Yomfundi 1. Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba izifundo eziningi ezikuyona zihambelana nezikwezinye izingxenye zalolu hlelo. Kulapho kuthuthukiswa khona amakhono abafundi, kungaba elokulalela nokukhuluma, elokufunda nokubukela kanye nelokubhala. 2. lncwadi yokusebenzela Lena -ke iyizigatshana ezihlelelwe ukuthi emva kokufunda umfundi abhale. lthuthukisa ikhono lokubhala nokuloba. 3. lncwadi kaThisha lngumongo walolu hlelo. lbonisa uthisha ngendlela okuzokwethulwa ngayo isifundo nokubhekana ngqo naso kanye nokwelekelela lapho kudingeka khona usizo, ekuthuthukiseni amakhono ahlukahlukene abafundi. Le ncwadi yenziwe yahamba nomgodla wayo okungamathuluzi okwelekelela uthisha ngezinsiza kufundisa. Lolu hlelo luhlelwe lwahambisana ncimishi nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola. Kuhlelwe izigaba eziyi-12 kwaba ngumsebenzi owanele unyaka wonke.

Purchase Options


Ebook File Size : 7.49