Ugwajo Incwadi 5 ibanga 1 Uphi Ugwajo  Cover

Ugwajo Incwadi 5 ibanga 1 Uphi Ugwajo



Hardcopy ISBN : 9781775711094
Stock : 745 units
Ebook ISBN : 9780796055132

Leli yiqoqo lezinc:wadi zezindaba zabafundi bamabanga aphansi. Liqukethe izindaba ezihlabahlosile ezifundisayo, ezakhayo, ezixwayisayo, ezihlekisayo njalonjalo. Abafundi bazohlangana nabangani abafana noGwajo, oZozo, oNala, oToto, oSonke, oFana kanye nabanye bebhekana nezimo ezihlukene zempilo. Uma abafundi benaleli qoqo lezinc:wadi zezindaba, isikhathi sokufunda sizohlala siyisikhathi sentokozo nokulangazelela. Lokhu kuzobe sekutshala uthando lokufunda kubafundi. Lolu thando lokufunda oluyobe seluxhantela nakwezinye izifundo. Lezi zinc:wadi zehlukene izigaba ezintathu. lsigaba ngasinye sinezinc:wadi eziyisihlanu ezihlukene ngokwamazinga.

Purchase Options


Ebook File Size : 1.99