| Author | : N G Sibiya |
| Hardcopy ISBN | : 9781920244866 |
| Stock | : 1477 units |
Kule noveli ethi umlobi ukhipha amangwevu ngokubhala ngendikimba engakandi esiZulwini, yothando phakathi kwabantu bobulili obufanayo. Le ndaba ixoxwa ngendlela engachemile, engacwasi futhi engahluleli muntu.