| Author | : a. KhesWa |
| Hardcopy ISBN | : 9780796038449 |
| Stock | : 678 units |
| Ebook ISBN | : 9780796069856 |
Kule ncwadi izilwane zasendle zinenkinga ngabantu ngoba bagxambukela empilweni yazo nezindawo eziziphilela kamnandi kuzo. Zifundele-ke uzitholele ukuthi kwenzekani ngenkathi zisaxoxa ngale nkinga, zizama nokuthola ukuthi zizoyixazulula kanjani.