IsiZulu Sethu Ibanga 8 Incwadi Kathisha
By S. Mpethwana, T. R. Ngcobo, E. H. Z. Hina, D. A. Hlangu, B. P. Vilakazi · ISBN 9781920605636
Prices include 15% VAT. Have a voucher? Apply it at checkout.
Orders over R400 qualify for free shipping in South Africa.
Added to your cart.
View cartlsiZulu Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 7, 8 no 9. Zintathu izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi, incwadi Yokufunda nencwadi kaThisha. Zontathu lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi kuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi. Ngaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu. Kuningi othisha nabo abazokuzuza kweyabo. Bafakelwe konke okufanele bakwazi ngenqubo mgomo yesiTatimende sikaZwelonke yokuFunda nokuHlola (CAPS). Ukuhlola kufakiwe, amarubhrikhi okumaka nesibonelo sokurekhoda nokubika ngentuthuko yomfundi. Kukhona ngisho nohlelo lomsebenzi wonyaka wonke (Work Schedule) nesibonelo sokulungiselela isifundo (Lesson Plan), esihambisana nohlaka uthisha angalusebenzisa esenza amalungiselelo esifundo. Uthisha lapha angasilandela lesi sibonelo noma azenzele naye ngamanye amaphuzu uma ebona.
- Grade
- Grade 8
- Language
- IsiZulu
- Format
- Paperback · E-book
- Subject
- Language
- Grade
- Grade 8
- Language
- IsiZulu
- Print ISBN
- 9781920605636
- Stock
- 220 units
- E-book ISBN
- 9780796046956
- E-book size
- 2.19 MB
About e-books
- E-books are read in the eduReader app, available on all major platforms.
- E-books cannot be printed.
- Buying several e-book licences gives you vouchers that other accounts can redeem.
-
Teacher Resource PackDigital download for teachers using this titleDownload
Also in this series
ISIZULU SETHU GRADE 11 TEACHER'S GUIDE
From R 114.29
ISIZULU SETHU (PHONIC PROGRAMME) GRADE 1 READER LEVEL 3
From R 51.42
ISIZULU SETHU (PHONIC PROGRAMME) GRADE 1 READER LEVEL 1
From R 51.42
Isizulu Sethu Ibanga 1 Incwadi Yokusebenzela
From R 36.08
IsiZulu Sethu Ibanga 12 Incwadi Kathisha
From R 125.01