Shuters Top Class Izibalo Ibanga 2 Incwadi Yokusebenzela Cover

Shuters Top Class Izibalo Ibanga 2 Incwadi Yokusebenzela



Author : Tarryn Botha, Lyn Breytenbach, Annalie Cable, Tracey Ho, Martha Stewart, Jacqueline van den Heuvel Magda van der Merwe
Hardcopy ISBN : 9780796047045
Stock : 2611 units
Ebook ISBN : 9780796052704

lzibalo ze-Top Class za khelwe phezu kweSitati mende Sikazwelon ke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. lzibalo zeTop Class emaBangeni aPhansi (Foundation Phase) zithuthukisa imicabango nezithombe zezibalo, amakhono nolwazi ngokukhuthaza ukuxazululwa kwezinkinga, ukucubungula nokucabangisisa okuhlose ukwakha. Uchungechunge lwalezi zincwadi zezibalo lwelekelela umfundi ukuba axhumanise izibalo kanye nalokho ahlangabezana nakho nsuku zonke. lmisebenzi umfundi ayenza eyedwa kanye na leyo ayenza eba mbisene nabanye, yelekelela umfu ndi u kuba akhule aze afinyelele Ezinhlosweni zakhe ezibanzi kanye nalezo Eziqondwe Ngqo yizibalo njengoba ziqukethwe emqulwini weSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. Okunye futhi ngukuthi izindawo lapho kubhekwe khona kakhulu ngumongo, yimithombo emihle eveza amathuba ehlukene okwenza izibalo kanye nezibalo zekhanda. lzinto ezakha ibanga ngalinye. Jncwadi KaThisha: • Umsebenzi oxhumene kahle womntwana nokaThisha. • lziqondiso ezicacile zezinhlelo zokufundisa. • Amanothi esengezo kanye nezinye izinto eziphathekayo zokwelekelela. • lmisebenzi enengcebo neyenabile. • Ulwazi magama oludingekayo lukhonjisiwe. lncwadi Yomfundi: • lmisebenzi esezingeni lomfundi nethokozisayo imnika umdlandla umfundi wokuba abe yingxenye yalokho okwenziwayo. • lmisebenzi eminingi nemihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. • lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. • lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. • Ulimi lusezingeni elihle. • Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. • Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo. lncwadi Yokusebenzela: • lmisebenzi emihle nesezingeni lomfundi iyakhuthaza inike nomdlandla. • lmisebenzi eminingi emihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola. • lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi. • lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile. • Ulimi lusezingeni elihle. • Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa. • Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo.

Purchase Options


Ebook File Size : 1.79